CIPC Home Page
 Start Here...
 Customer Log In
UserName: Password:
Enter code as shown above:

Bank Customer
 Enterprise Enquiry
Enterprise Name:

Enterprise number:
//
 Name Search
Enter the enterprise name you wish to search for...
Search Operators

      Logged in as:
 
  
 
 
 
 
English Version | Tswana Version | Afrikaans Version
Ama-Designs

Yini i-Design?

Empeleni "i-Design" imayelalna nesimo nobunjalo obubonakala ngamehlo. Amanye ama-designs aqinisekiswa ngokusetshenziswa kanti amanye ngobuhle. I-design imayelana nesimo, ukubumbeka, ukuvela, indlela yesakhiwo, okwakhiwe ngakho nokuguquka komkhiqizo noma ucwecwe e.g. i-design yeringi (Ubucwebe) ivezwa yizici zobuhle bayo.

Kunezinhlobo ezingu-ezimbili zama-designs ezingabhaliswa:

  1. I-design yobuhle
    1. Kufanele ibe yintsha futhi ibe eyokuqala ngqa
    2. Ubuhle busesimweni, ukuguquka noma okwakhiwe ngakho
    3. Kufanele yenziwe ngendlela yemboni

  2. I-design yokusetshenziswa
    1. Kufanele ibe intsha hhayi okujwayelekile
    2. Lapho isimo noma ukuguquka kuqinisekiswe ngokusetshenziswa
    3. Kufanele ikhiqizwe ngendlela yemboni

Isikhathi Sokuhlala Kwe-Design

  • Ama-designs obuhle avikeleka isikhathi esiyiminyaka engu-15, kanti ama-designs okusetshenziswa iminyaka engu-10.
  • Ama-designs abhalisiwe kufanele avuselelwe ngonyaka ngaphambi kokuphelelwa isikhathi seminyaka emithathu, kusukela ngosuku lokufakwa kwesicelo.

Indlela Yokubhalisa


Terms and Conditions
and Privacy Statement Copyright © CIPC 2011