CIPC Home Page
 Start Here...
 Customer Log In
UserName: Password:
Enter code as shown above:

Bank Customer
 Enterprise Enquiry
Enterprise Name:

Enterprise number:
//
 Name Search
Enter the enterprise name you wish to search for...
Search Operators

      Logged in as:
 
  
 
 
 
 
Tswana Version | English Version | Afrikaans Version
Indlela Yokubhalisa
  • Ngokujwayelekile umuntu obhalile, waprinta, washicilela, wabukisa, wabaza, wadweba, wafilima noma warekhoda umsebenzi, ngokwemvelo ungumnikazi we-copyright yalowo msebenzi.
  • Ngesinye isikhathi, uma umuntu etsheliwe futhi ekhokhelwe ukwenza umsebenzi othile, i-copyright eyomqashi.
  • Emisebenzini eminingi (ngaphandle kwamafilimu) akulula ukufaka isicelo sokuvikelwa se-copyright njengoba ivese ikhona ngokwemvelo.
  • I-copyright yenziwa ngokufaka amagama athi "copyright" noma "copyright reserved" noma "copyright Smith 2002" (i.e. copyright, kulandele igama nonyaka), noma uphawu lwe-copyright, igama nonyaka e.g. © Meati 2009.
  • Ungathola ukuvikelwa yi- copyright e-SA, uma uyisakhamuzi saseNingizimu Afrika noma uma umsebenzi wakho wenziwe e-SA. Uma ungesiso isakhamuzi saseNingizimu Afrika, ungathola ukuvikelwa yi-copyright kuphela uma izwe oyisakhamuzi salo liyingxenye ye-Berne Convention. I-Berne Convention isivumelwano samazwe se-copyright esisetshenziswa amazwe angamalunga ukunikeza ukuvikelwa yi-opyright.
  • I-copyright yamafilimu / amavidiyo enzelwe ukuthengiswa kufanele ifakelwe isicelo esisemthethweni, ngokuletha lawa madokhumende alandelayo, atholakala mahhala, eHhovisi Lama-Copyright:

    • IFomu RF1, ifakwa ngeduplikhethi
    • IFomu RF2, ifakwa ngeduplikhethi
    • IFomu RF3, ifakwa ngeduplikhethi
    • IFomu RF9 kanye "neSitatimende se-Case"
    • Incwadi yaMandla Ommeli uma kusetshenziswe ummeli
    • Imali engu R510.00.


Terms and Conditions
and Privacy Statement Copyright © CIPC 2011