CIPC Home Page
 Start Here...
 Customer Log In
UserName: Password:
Enter code as shown above:

Bank Customer
 Enterprise Enquiry
Enterprise Name:

Enterprise number:
//
 Name Search
Enter the enterprise name you wish to search for...
Search Operators

      Logged in as:
 
  
 
 
 
 
Tswana Version | English Version | Afrikaans Version
Izinkampani

Yini inkampani?

Inkampani yinto esemthethweni esesikhundleni namandla okusebenza ngokwayo (i.e. umthetho ubona inkampani ngendlela obheka ngayo umuntu wemvelo).

Yakhiwa ngoMthetho Wezinkampani 61 ka-1973, njengoba uchitshiyelwe, okuyinjini eyenza ukuba inkampani yakhiwe ngendlela esemthethweni.

Ngokwejwayelekile kunezinhlobo ezingu-5 zezinkampani:

  • Inkampani ezimele okuthiwa i-"Pty" (Proprietary Limited Company)
  • Inkampani yomphakathi inkampani enikeza umphakathi amasheya futhi ibizwa ngokuthi i-Limited
  • Inkampani engesiyo “eyenzuzo” yaziwa ngokuthi inkampani eyi-Section 21, e.g. ama-NGOs nezinhlangano zezenkolo nezisiza umphakathi.
  • Inkampani yangaphandle inkampani yokufika ebhaliswe eNingizimu Afrika
  • Inkampani e-incorporated ebhaliswe abaqeqeshiwe e.g. abameli, odokotela nabacwaningi mabhuku, inkampani lapho abaqondisi befanele bakhokhe khona zonke izikweletu ngokuhlanganyela, futhi ibizwa ngokuthi inkampani eyi-Section 53(b).

Indlela Yokubhalisa
Ukuguqula Ibhizinisi
Ama-Closed Corporations vs Izinkampani


Terms and Conditions
and Privacy Statement Copyright © CIPC 2011