CIPC Home Page
 Start Here...
 Customer Log In
UserName: Password:
Enter code as shown above:

Bank Customer
 Enterprise Enquiry
Enterprise Name:

Enterprise number:
//
 Name Search
Enter the enterprise name you wish to search for...
Search Operators

      Logged in as:
 
  
 
 
 
 
Tswana Version | English Version | Afrikaans Version
Ama-Close Corporations

I-close corporation (CC) ibhizinisi elilula futhi elingenazihibe kunenkampani. Lifanele amabhizinisi amancane. Izimfanelo zokuphatha nokulawula ama-close corporations zikhululekile kancane kunezezinkampani.Uma kuqhathaniswa nenkampani, uMthetho wama-CC wenziwe ngendlela yokuthi noma ubani angazibhalela amaphepha futhi azibhalisele i-corporation ngokwakhe.

Nakuba i-close corporation kufanele ibe ne-Accounting Officer, izitatimende zezimali ezicwaningiwe azidingeki. UMthetho Wezinkampani ufuna kube nemihlangano ephoqelekile, njengemihlangano yonyaka. Akukho okunjalo okufuneka kuma-close corporations. Imihlangano ivame ukwenziwa ngamalunga ngokubona kwawo. Amalunga ama-CC asikho isidingo sokuba azimbandakanye ngokuphelele ekuqhutshweni kwebhizinisi. Nakuba kuma-CC amaningi, “amalunga” nawo abuye abe abaphathi bebhizinisi.

Ama-Close Corporations abuswa NguMthetho Wama-Close Corporations 69 ka-1984.

Yakhiwelani i-CC?
Amalunga e-CC
Inqubo Yokubhalisa
Ukwesula ukubhalisa noKumisa
Ukugcwalisa i-CK7 & CK1
Ama-Closed Corporations vs iziNkampani


Terms and Conditions
and Privacy Statement Copyright © CIPC 2011