CIPC Home Page
 Start Here...
 Customer Log In
UserName: Password:
Enter code as shown above:

Bank Customer
 Enterprise Enquiry
Enterprise Name:

Enterprise number:
//
 Name Search
Enter the enterprise name you wish to search for...
Search Operators

      Logged in as:
 
  
 
 
 
 
English Version | Tswana Version | Afrikaans Version
Ukwesula ukubhalisa Nokumiswa

esikhathini sokuphila kwe-CC, ingama ukusebenza futhi ifune ukwesula ukubhaliswa noma “ingahlakazwa” ngokumiswa. Lezi zimo zivame ukungabi lula futhi kudingeka ukuba kutholakale usizo nolwazi lochwepheshe.
  • Ukumiswa nokwesula ukubhaliswa akuzona izinto ezifanayo:
    • Ukumiswa kusho ukuthi ibhizinisi alisakwazi ukukhokha izikweletu zalo.

  • Ukumiswa kubuye kusho ukuthi ibhizinisi liyayeka ukusebenza (ngenxa yezinkinga zezimali)
    • Ukumiswa kungenzeka ngenxa yomyalo wenkantolo, noma ngenxa yabakweletwayo noma kungaba ukumiswa ngokuthanda i.e. okwenziwa amalunga e-CC.
    • Uma ukumiswa kwenziwa ngokuthanda ifomu CK6 ithunyelwa iyiduplikhethi kanye no-R40-00.

  • Ukwesula ukubhalisa kuchaza ukuthi ibhizinisi lingakhetha ukwesula ukubhalisa (e.g. lime ukuba i-CC ebhalisiwe) futhi liyakwazi ukukhokhela izikweletu zalo. Ibhizinisi lingaqhubeka ngenye indlela e.g. i-Sole proprietor, emva kokwesula ukubhalisa.

  • Uma seyesuliwe ukubhalisa i-CC, kungabuye kwenziwe isicelo sokuba ibuye ibhaliswe, kuphela uma le nqubo elandelayo ilandelwa:
    • Kuqala qinisekisa isimo se-CC nehhovisi ngoba kungenzeka ukuthi isicelo sifakiwe (Umnyango ntela) ukwesula ukubhaliswa kwe-CC. Uma kuqinisekiswa ukuthi yesulile ukubhalisa, le nqubo elandelayo yokuyibuyisela kufanele ilandelwe:
      • Faka ifomu CK3 ngeduplikhethi kanye no-R150-00. Thola i-afidavithi yamalunga lapho echaza khona izizathu zokuphinda kubhaliswe.
      • Uma bekukhona imphahla eyakhiwe ye-CC, isiqinisekiso esibhaliwe kufanele sitholwe UMnyango Wezemisebenzi Yomphakathi kanye noMnyango Wezokusetshenziswa Kwezimali Zikahulumeni ukuthi abakuphikisi ukubuyiselwa kwe-CC. Leyo nhloso kufanele ikhangiswe ephephandabeni lendawo ukuzama ukubheka ukuthi abekho yini abanye abayifunayo i-corporation ebuyiselwayo. Uma kukhona ukuphikisa okuvelayo uMbhalisi kuzofuneka ukuba aziswe ngalokho kuphikisa ezinsukwini ezingu-30 kusukela ngosuku lokukhangisa.


Terms and Conditions
and Privacy Statement Copyright © CIPC 2011