Cipro Home Page
 (17)Start Here...
 
 Customer Log In
UserName: Password:
Enter code as shown above:

Bank Customer

Forgot password?

REGISTER AS CUSTOMER
 Enterprise Enquiry
Enterprise Name:

Enterprise number:
//
 Name Search
Enter the enterprise name you wish to search for...
Search Operators
Search Site Contents
Search the contents of this website for keyword.
Gateway To Formal Economic Participation

      Logged in as:
 
  
 
 
 
 
English Version | Afrikaans Version | Tswana Version
Ubani uCipro?

Le nkampani yakheka ngokuhlangana kwamahovisi amabili okuqondisia e-dti, i-SACRO – South African Companies Registration Office and ne-SAPTO – South African Patents & Trade Marks Office, kusukela ngomhla ka-1 March 2002 kwakheka i-Business Agency eyodwa esebenza ngokuzimisela futhi ebeka phambili amakhasimende ebizwa ngoCIPRO.

Le website ingumgudu wolwazi omusha ozosetshenziswa ukulethela onke amakhasimende ethu nesisebenzisana nabo usizo ngekhompyutha njengeqhinga elisha. Le website izobuye isetshenziswe njengendawo yokungena kalula kwamakhasimende nesisebenzisana nabo lapho bezothola khona ulwazi abaludingayo noma nini, amahora angu-24 ngosuku izinsuku ezingu-7. Inika elinye icala elisha kwindlela amakhasimende ethu nesisebenza nabo azosebenzisana ngayo nehhovisi lethu.

I-website inemiyalo esebenziseka kalula nemininingwane emisha ezonikeza amakhasimende ethu nesisebenzisana nabo ulwazi ngokusha okwenzeka kuleli hhovisi.

Siyethemba ukuthi uzoyithokozela i-website yethu entsha; ukuthola usizo kwithimu yethu eqeqeshiwe shayela i-Customer Contact Centre ku-0861 843 384 kwabashaya ngaphakathi ezweni no +27 11 254 9405 uma ushaya ukwalinye ilizwe.

Umbono

Ukuletha ubuholi obuphelele obuhle ekubhalisweni kwamabhizinisi namalungelo empahla eyakhiwe kusetshenziswa ingqondo.

Umsebenzi

Ukubhalisa amabhizinisi namalungelo empahla eyakhiwe kusetshenziswa ingqondo, ukugcina okubhaliswayo okuhlobene nalokhu nokwenza ulwazo oluzodluliselwa kwesisebenzisana nabo.

Isiqubulo

"Umnyango oya ekuzimbandakanyeni nomnotho.”

Isimilo Senkampani

  • Ubulungiswa
  • Ukushaya emhloleni
  • Ukwethembeka / Ubuqotho
  • Ukubheka Kwikhasimende
  • Ukuziphendulela kubantu
  • Ukwethembeka
  • Ukuthuthukisa
  • Ukuzidalula

Imigomo ka-CIPRO

Umgomo 1 : Ukuletha izinsiza ezifanele imali nezisebenza kahle.

Umgomo 2 : Ukusebenzisa imithetho emisha efanelekile.

Umgomo 3 : Ukwenza nokubeka ukuphathwa kwamabhizinisi.

Umgomo 4 : Ukwenza nokuqikelela ukukwazi ukungena kwizinsiza ze-CIPRO kuzo zonke izindawo.


Terms and Conditions
and Privacy Statement Copyright © CIPRO 2008